Surah Al-Fil — The Elephant
Surah Al-Fil (The Elephant) is chapter 105 of the Quran, with 5 verses. This page presents the Arabic text with a Zulu translation, verse by verse.
أَلَمۡ تَرَ كَيۡفَ فَعَلَ رَبُّكَ بِأَصۡحَٰبِ ٱلۡفِيلِ
Awuzange ubone yini ukuthi iNkosi yakho yabenza kanjani abanikazi bezindlovu
Ayah 1أَلَمۡ يَجۡعَلۡ كَيۡدَهُمۡ فِي تَضۡلِيلࣲ
Ayizange yini idunge icebo labo na
Ayah 2وَأَرۡسَلَ عَلَيۡهِمۡ طَيۡرًا أَبَابِيلَ
Futhi (iNkosi yakho) yathumela phezu kwabo iqulu lezinyoni
Ayah 3تَرۡمِيهِم بِحِجَارَةࣲ مِّن سِجِّيلࣲ
Zibajikijela ngamatshe obumba oluqinile
Ayah 4فَجَعَلَهُمۡ كَعَصۡفࣲ مَّأۡكُولِۭ
Ngakho-ke yabenza kwaba sengathi bawutshani obudliwe (yimfuyo)
Ayah 5