Surah Ad-Dhuhaa — The Morning Hours

Surah Ad-Dhuhaa (The Morning Hours) is chapter 93 of the Quran, with 11 verses. This page presents the Arabic text with a Zulu translation, verse by verse.

وَٱلضُّحَىٰ

Ngifunga ngokukhanya kokusa

Ayah 1

وَٱلَّيۡلِ إِذَا سَجَىٰ

Futhi ngifunga ngobusuku uma bubamnyama

Ayah 2

مَا وَدَّعَكَ رَبُّكَ وَمَا قَلَىٰ

Ayikulahlile iNkosi yakho futhi ayikuzondi

Ayah 3

وَلَلۡأٓخِرَةُ خَيۡرࣱ لَّكَ مِنَ ٱلۡأُولَىٰ

Futhi ngempela impilo ezayo ingcono kuwena kuneyamanje

Ayah 4

وَلَسَوۡفَ يُعۡطِيكَ رَبُّكَ فَتَرۡضَىٰٓ

Futhi ngempela iNkosi yakho izokunika ukuze uthokoze

Ayah 5

أَلَمۡ يَجِدۡكَ يَتِيمࣰ ا فَـَٔاوَىٰ

Ayikutholanga yini uyintandane yabe seyiyakukhoselisa

Ayah 6

وَوَجَدَكَ ضَآلࣰّ ا فَهَدَىٰ

Futhi yakuthola ulahlekile yabe seyiyakuhola

Ayah 7

وَوَجَدَكَ عَآئِلࣰ ا فَأَغۡنَىٰ

Futhi yakuthola untula umpofu yabe seyiyakunothisa

Ayah 8

فَأَمَّا ٱلۡيَتِيمَ فَلَا تَقۡهَرۡ

Ngakho-ke intandane ungayicindezeli

Ayah 9

وَأَمَّا ٱلسَّآئِلَ فَلَا تَنۡهَرۡ

Futhi mayelana nofuna usizo ungaqhelelani (naye)

Ayah 10

وَأَمَّا بِنِعۡمَةِ رَبِّكَ فَحَدِّثۡ

Futhi ngobubele beNkosi yakho yazisa (abanye)

Ayah 11