Surah Al-Qaari'a — The Calamity
Surah Al-Qaari'a (The Calamity) is chapter 101 of the Quran, with 11 verses. This page presents the Arabic text with a Zulu translation, verse by verse.
ٱلۡقَارِعَةُ
Ukushaya (kwehora)
Ayah 1مَا ٱلۡقَارِعَةُ
Yini ukushaya
Ayah 2وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا ٱلۡقَارِعَةُ
Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ukushaya (kwehora)
Ayah 3يَوۡمَ يَكُونُ ٱلنَّاسُ كَٱلۡفَرَاشِ ٱلۡمَبۡثُوثِ
Usuku lapho abantu beyobe benjengezimvemvane ezisakaziwe
Ayah 4وَتَكُونُ ٱلۡجِبَالُ كَٱلۡعِهۡنِ ٱلۡمَنفُوشِ
Futhi izintaba ziyoba sengathi uvolo oyimpafumpafu (ziyobhidlika ziqonde)
Ayah 5فَأَمَّا مَن ثَقُلَتۡ مَوَٰزِينُهُۥ
Mayelana nalowo isisindo(sezenzo) zakhe (ezinhle) ziyosinda
Ayah 6فَهُوَ فِي عِيشَةࣲ رَّاضِيَةࣲ
Manjalo yena iyongena empilweni ethokozisayo
Ayah 7وَأَمَّا مَنۡ خَفَّتۡ مَوَٰزِينُهُۥ
Futhi mayelana nalowo izikalo (zezenzo) zakhe (ezinhle) ziyobalula
Ayah 8فَأُمُّهُۥ هَاوِيَةࣱ
Manjalo indawo yakhe yokuhlala umgodi wesihogo
Ayah 9وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا هِيَهۡ
Futhi yini ekwenza wazi ukuthi kuyini lokho
Ayah 10نَارٌ حَامِيَةُۢ
Umlilo ovutha kakhulu
Ayah 11