Surah Al-Masad — The Palm Fibre
Surah Al-Masad (The Palm Fibre) is chapter 111 of the Quran, with 5 verses. This page presents the Arabic text with a Zulu translation, verse by verse.
تَبَّتۡ يَدَآ أَبِي لَهَبࣲ وَتَبَّ
Imisebenzi yezandla zika Abu Lahab iyobhujiswa kanye naye
Ayah 1مَآ أَغۡنَىٰ عَنۡهُ مَالُهُۥ وَمَا كَسَبَ
Umnotho wakhe ngeke umsize (ngalutho) kanye nalokho akuzuza izingane zakhe
Ayah 2سَيَصۡلَىٰ نَارࣰ ا ذَاتَ لَهَبࣲ
Uyongena emlilweni onamalangabi
Ayah 3وَٱمۡرَأَتُهُۥ حَمَّالَةَ ٱلۡحَطَبِ
Kanye nonkosikazi wakhe umthwali wezinkuni zokubasa
Ayah 4فِي جِيدِهَا حَبۡلࣱ مِّن مَّسَدِۭ
Entanyeni yakhe kunentambo ewumqhele womlilo
Ayah 5